Isithuthi
Isithuthi siyinguxa ethutha abantu noma impahla. Izithuthi zihlanganisa izinqola (wagons), amasondombili (bicycles), izithuthi eziyizimoto (izithuthuthu, izimoto, amaloli, amabhasi, iziphengezi zokuntinta (mobility scooters) zabakhubazekile), izithuthi zojantshi (izitimela, trams), izimpozamanzi (watercraft) (imikhumbi, izikebhe, nezithuthi zangaphansi kwamanzi), izithuthi izimpilambili, izindiza (amabhanoyi, ophephela), nezindizamkhathi.
Izithuthi zasezweni zijinjwa kabanzi ngento esetshenziswayo ukuzishayela neziphoqi eziziqhuba ngokumelene nephansi: ukuba namasondo, ukuba nojantshi.
uMlando
[hlela | Hlela umthombo]- Imikhumbi yakudala kweyake yatholwa ngukumba kwabavubukuli ibizwa imikhumbi yezingodo, omunye wayo owatholwa ebhukwini kwelaseHollandi, kuthiwa ngeleminyaka eyizi-8049-7510 BC ubudala.
Izinhlobo zezithuthi
[hlela | Hlela umthombo]KunaboSondombili abangaphezu kwenqindi eyodwa (1 billion) asetshenziswa emhlabeni wonke.[1] Ngowezi-2002 kwakunezimoto ezingaba yizigidi ezingama-590 nezithuthuthu eziyizigidi ezingama-205 ezisebenzayo emhlabeni.[2][3] Ngokungenani, sekwenziwe oSondombili abayizigidi ezingama-500 bohlobo lweJuba elindizayo (Flying Pigeon) baseShayina, okuyisibalo esizidlula zonke ezinye izinongo zezithuthi.[4][5] Unongo lwesithuthi olukhiqizwa ngobuningi yisithuthuthu esibizwa Honda Super Cub, eseqe izigidi ezingama-60 kwesezidayisiwe ngowezi-2008.[6][7] Unongo lwemoto olukhiqizwa kakhulu lubizwa Toyota Corolla, njengoba sekukhiqizwe izigidi ezingama-35 zalo ngowezi-2010.[8][9] INdiza enephiko eligxilile eyaziwa kakhulu ibizwa ngokuthi Cessna 172, njengoba seziyizi-44,000 esezikhandiwe ngowezi-2017.[10][11] Uphephela okhiqizwa kakhulu ngowase-Soviet obizwa ngokuthi Mil Mi-8, osekukhoqizwe izi-17,000 zawo.[12] INdiza ewumzoyizelo wokwenza imali oseqhulwini ubizwa ngokuthi Boeing 737, kubalwa ezingaba yizi-10,000 ngowezi-2018.[13][14][15] Ibhasi elaziwa kabanzi yilelo lihlobo lwe-ZiU-9.
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Bicycles, Worldometers, http://www.worldometers.info/bicycles/
- ↑ "Passenger Cars; Map No. 31". Worldmapper: The world as you've never seen it before. 2002. Archived from the original on 12 November 2017. Kulandwe ngomhlaka 28 January 2012. Unknown parameter
|url-status=
ignored (help) - ↑ "Mopeds And Motorcycles Map No. 32". Worldmapper: The world as you've never seen it before. 2002. Archived from the original on 20 March 2018. Kulandwe ngomhlaka 28 January 2012. Unknown parameter
|url-status=
ignored (help) - ↑ Koeppel, Dan (January–February 2007), "Flight of the Pigeon", Bicycling (Rodale, Inc.) 48 (1): 60–66, ISSN 0006-2073, https://books.google.com/books?id=isUDAAAAMBAJ&pg=PA60, retrieved 28 January 2012
- ↑ Newson, Alex (2013), Fifty Bicycles That Changed the World: Design Museum Fifty, Octopus Books, p. 40, ISBN 9781840916508, https://books.google.com/books?id=FsI4AgAAQBAJ&pg=PT40
- ↑ Squatriglia, Chuck (23 May 2008), "Honda Sells Its 60 Millionth – Yes, Millionth – Super Cub", Wired, http://blog.wired.com/cars/2008/05/honda-sells-its.html, retrieved 31 October 2010
- ↑ "That's 2.5 billion cc!", American Motorcyclist (Westerville, Ohio: American Motorcyclist Association): 24, May 2006, ISSN 0277-9358, https://books.google.com/books?id=qvUDAAAAMBAJ&pg=PA24, retrieved 31 October 2010
- ↑ Toyota ponders recall of world's best-selling car, Australian Broadcasting Corporation News Online, 18 February 2010, http://www.abc.net.au/news/2010-02-18/toyota-ponders-recall-of-worlds-best-selling-car/334668
- ↑ 24/7 Wall St. (26 January 2012), The Best-Selling Cars of All Time, Fox Business, http://www.foxbusiness.com/industries/2012/01/26/best-selling-cars-all-time/#ixzz1knEw51HI, retrieved 13 June 2017
- ↑ Smith, Oliver (13 December 2010), "Introducing the most popular plane ever built", The Telegraph, https://www.telegraph.co.uk/travel/comment/introducing-the-most-popular-plane-ever-built/
- ↑ Niles, Russ (4 October 2007). "Cessna to Offer Diesel Skyhawk". Archived from the original on 5 March 2012. Kulandwe ngomhlaka 5 October 2007.
- ↑ Tegler, Eric (2 March 2017). "The 15 Most Important Helicopters of All Time". Popular Mechanics. Archived from the original on 7 April 2023. Kulandwe ngomhlaka 7 April 2023. Unknown parameter
|url-status=
ignored (help) - ↑ Assis, Claudia (27 July 2016), The best-selling airplane of all time may not be No. 1 for much longer, https://www.marketwatch.com/story/the-best-selling-airplane-of-all-time-may-not-be-no-1-for-much-longer-2016-03-19
- ↑ Kingsley-Jones, Max. "6,000 and counting for Boeing's popular little twinjet." Flight International, Reed Business Information, 22 April 2009. Retrieved: 22 April 2009.
- ↑ Max Kingsley-Jones (13 March 2018). "How Boeing built 10,000 737s". Flightglobal.